Description
IClever IsiZulu ( IsiGaba esiPhakeme) iqukethe uchungechunge lwezincwadi lwamabanga amathathu, elesi-7 kuya kwelesi-9. Le ncwadi yenziwe ukuze yesekele uSomqulu olandisa ngokuhlelwa kabusha kwemfundo owaziwa ngokuthi IsiTatimende seNqubomgomo yoHlelo lweziFundo nokuHlola (i-CAPS). Ihlelwe yaba nochungechunge lwezihloko okumele zifundiswe ekilasini ngesikhathi sokufunda IsiZulu. Kuleso naleso sihloko, abafundi bazo: • hlaziya lokho asebevele bekwazi mayelana nesihloko • qhubekela olwazini olusha olumayelana nesihloko, njengokulandisa kukaSomqulu olandisa ngokuhlelwa kabusha kwezibalo owaziwa ngokuthi i-CAPS • kwenza imisebenzi yasekilasini ezosiza abafundi ukuzihlola ukuqonda kwabo imisebenzi emisha efundiwe. IClever IsiZulu Incwadi Yomfundi inemisebenzi eminingi eyengeziwe esihlokweni ngasinye, engenziwa abafundi emakhaya ukuze bathuthukise ulwazi lwabo. Le ncwadi ihambisana nalezi: • Incwadi Kathisha • Incwadi Yokufunda Le ncwadi inikeza konke okudingwa uthisha kanye nabafundi ekufundisweni nasekufundeni isiZulu ebangeni lesi-7!
Reviews
There are no reviews yet.