Description
Izelamani ezintathu eziyizintandane kufanele zibhekane nosizi lwendlala, ubugebengu nokuphelelwa yithemba. Ingabe zizovumela usizi lushabalalise amaphupho azo ekusasa eliqhakazile? Ingabe izophumelela imizamo yazo yokuqala ibhizinisi ukuze ziphume osizini? Zizobhekana kanjani nezimfamona nobugebengu okufuna ukushabalalisa amathemba empilo engcono?
Le ncwadi ixoxa indaba edabukisayo yosizi olubhekene nemizi enganabazali emiphakathini yethu. Iqukethe izigameko eziphakamisa amaphaphu nezinoteku ezenza sibone ukuthi nanxa kungaba nezinsizi empilweni, lihlale likhona njalo nje ithemba lokuthi uma sizimisela, izinto ziyolunga ngelinye ilanga.
This eBook is in ePDF format, which enables you to:
- View the entire book offline on desktop or tablet;
- Search for and highlight text; and
- Add and edit personal notes directly in your eBook.
Reviews
There are no reviews yet.